Thola AmaTips Wokubamba IsiThandwa Sakho Lana

Thola AmaTips Wokubamba IsiThandwa Sakho Lana

Thola amaTips wokubamba isithandwa sakho lana, izindawo eziningi kuleli zikhala ngamakhaza ashubisa umkhantsha. Ukuhlasela kwamakhaza ungakwenza kukusebenzele, ukusebenzise njengethuba lokunika isithandwa sakho ucansi olumnandi.

Mnike ekuseni evuka:

Amadoda amaningi aphaphama evukelwe. Ngaphambi kokuthi aqale usuku lwakhe, mnike into ezomenza noma esesemsebenzini alokhu ecabanga ngawe nento omenze yona evuka.

Uma ubenganakile ukuthi usuphapheme, mfake isandla ubucuze induku yakhe…. asithembe akalali egqoke i-anda.

Uma umuzwa engathi uyaquma, ungabe usamyeka qhubeka impela ukhwele kuye umnike wena wonke ngesineke kodwa ungenzi isikhathi eside kuze uzomshiya enenxano.

Mvusele imizwa emini esasemsebenzini:

Ithi uqhuba umsebenzi emini ube umthumelela izithombe zakho ezi-sexy.

Ungazithwebula ekuseni engaboni bese umthumelela emini umkhumbuze lokhu azokuthola uma ebuya ekhaya. Uma ubuya kuqala kunaye, mthumelele umlayezo umtshele ukuthi uqeda ukugeza, unuka kahle futhi usulinde yena.

Mtshele ukuthi angeke udle engakafiki ngoba awazi kahle noma uhalela ukudla yena noma ukudla lokhu okuphekile. Mvusele imizwa emini esasemsebenzini: Ithi uqhuba umsebenzi emini ube umthumelela izithombe zakho ezi-sexy.

Ungazithwebula ekuseni engaboni bese umthumelela emini umkhumbuze lokhu azokuthola uma ebuya ekhaya. Uma ubuya kuqala kunaye, mthumelele umlayezo umtshele ukuthi uqeda ukugeza, unuka kahle futhi usulinde yena.

Thola AmaTips Wokubamba IsThandwa Sakho Lana
Thola AmaTips Wokubamba IsiThandwa Sakho Lana

Mtshele ukuthi angeke udle engakafiki ngoba awazi kahle noma uhalela ukudla yena noma ukudla lokhu okuphekile. Akabingelelwe uwe uma ebuya

Ngesinono nangothando, mbingelele ube umthinta isifuba uma esengena endlini. Ngqoka i-gown enhle noma ingubo eyenza kubonakale ukuthi akunzima ukufinyelela la okade umyengela khona kusukela emini.

Akathi engena ube umlungisela amanzi bese umhlalisa umlinde esageza. Cela ukumbucunga, esikhundleni salokho uhambise kamnandi izandla zakho emhlane wakhe nasemqaleni. Sebenzisa kakhulu izandla ungajahi ukusebenzisa umlomo.

Thola AmaTips Wokubamba IsiThandwa Sakho Lana
Thola AmaTips Wokubamba IsiThandwa Sakho Lana

Mgijime ngolimi ephuma emanzini:

Uma ephuma emanzini, ungamvumeli ukuthi asule geqe, mgijime umzimba wonke ngezandla, yenza ngamawala usebenzise ulimi nomlomo.

Uma kukhona la omthinta khona aqume noma ayobayobe (mhlampe izibele), yazi ukuthi leyo enye yezindawo ekumele uqinise kuzo.

Mncikise odongeni umphendulile, umqabule kusuka phansi unyuke naye. Isimo kumele simphoqe ukuthi aphenduke bese umenza okufanayo nangaphambili.

Okokugcina

Thamba umvumele angene wonke amakamelo ngendlela athanda ngayo. Uma wenze kanjalo, nakanjani uyobe umqalise usuku kamnandi waphinde wamphethisa lona kamnandi.

Thola Okuningi Nakwi Espere Camino Ungakhohlwa Ukusilandela Twitter S’yabonga.

https://www.mzansimagazine.co.za/thola-amatips/?feed_id=11322&_unique_id=642bcf6a0436d #Relationship

Post a Comment

0 Comments